Download Sjava - Ugogo (Isina Muva) Mp3

Sjava - Ugogo (Isina Muva)

Duration: 03:45

Size: 5.15 MB

Published: 29 September 2016

Listen: 883,556

Likes: 2,991


Isina Muva album is out in store plus on ITunes & Google Play Music.. Please Support local Artists & buy Original

Buy on ITunes: goo.gl/fJ2arR
Follow Sjava on Twitter : @sjava_atm

Lyrics :
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo, mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ,kubak'yona imthandazo yakho

Njengoba ngphumelela izibusiso zakho
Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo, mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ,kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Vel'ugogo wath'idlozi selivumile'msamu
nami sesfikil'iskhathi sami bewuthi ngizohlupheka ngize ngife, bewuthi ngizohlupheka ngize ngife, ugogo wangtshel'ukuth ngibofund'ukbekezela
yikho ngila manje ingenxa'yokbekezela
wath akyona indlel'oqala ngayo 
kodwa indlel'oqeda ngayo

kdala ngilokhu ngzama ngiwa ngiwa ngivuka, kokoko bengafun ukvula iy'ntanga zami ziphumelela left and right
khalis'okwengane kanti kwala kuphi ngami weeh

Ngiyawakhumbula amagama kagogo
wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo, ngiyabona wayeqinisile ugogo
Isina muva  liyabukwe

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo, mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho, kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo, mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ma kubak'yona imthandazo yakho, njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Gogo lang'khona kugcwele amadimoni
kugcwele izilingo, ngithandazise ngingabi umoni,
-Ngingalingeki
-Ngingadideki
Makufika izivunguvungu gogo ngingaShake, ngingasanganiswa imali neFame ,ngidl'imali iphelele emoyen'
Gogo ngicelele amandl'eNkosini
ngibe isibonelo esihl'emphakathin
funuk'shintsha izimpilo zabantu ngomculo wam, ngibuyise ithemba kwabalilahlile ngomculo wam
Gogo ngiyabonga ngemyalo yakho
buka manje usey'Nkosi umzukulu wakho
Ngiyawakhumbula amagama kagogo
wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo, ngiyabona wayeqinisile ugogo

Isina muva  liyabukwe!!!!

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo, mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho, kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo, mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho mama, kubak'yona imthandazo yakho, njengoba ngphumelela izibusiso zakho

Like Our Facebook Page : facebook.com/Ekasihottunes